Uma ungumbukeli we-The Wife uyamazi uBonko Khoza obedlala indawo ka Mqhele kwi-Season yokuqala
UBonko Khoza obedume ngelika Mqhele Zulu kumdlalo i-The Wife kwi-Season yokuqala, obekuyicharacter ebithandwa ngabaningi futhi emakhele udumo olukhulu. UNeliswa Cele othole ithuba lokuba nengxoxo noBonko Khoza osemnkantshubomvu kwezokulingisa. Kulesiqephu baxoxa ngempilo kaBonko kanye nekhono lakhe kwezokulingisa. UBonko uthi uqale esasemncane kakhulu ukulingisa waphinde wayeka ngoba kwakuyinto ayengayinakile. Uthi wenze i-Design eNational School of Art kodwa wagcine eqhubekile nokuba umlingisi. Ngaphandle kokuba umlingisi, uphinde abeyi-Voice over artist. Usixoxela ngomehluko phakathi kwe-production ye-Movie neSeries. UBonko usilandisa nge-Movie yokuqala akalingisa kuyo i-Necktie Youth, okuyilapho aze athola inomination yokuba i-Best Actor eNew York. Kanti i-Series yakhe yokuqala alingisa kuyo eyango-2022 i-The Brave Ones. Usixoxela ukuthi ngo-2017 wayephekezele umkakhe uLesego Khoza kwi-book festival kusanda kuphuma incwadi i-Hlomu the Wife, okuyilapho ayithenga khona incwadi wayifunda. Uthole iCharacter kaMqhele vele usenalo ulwazi lwalomuntu okumele abenguyena. Uphinde wasichushisa ngokumele ukunake uma wenza ama-audition. "I-Character kumele uyithathe njengomuntu ophilayo" kusho uBonko. Kulesiqephu uBonko ubonga umkakhe uLesego Khoza ngokuhlezi njalo ameseka. Usixoxela nokuthi basanda kwamukela indodakazi yabo yokuqala u-Amahubo Khoza. Uma ufisa ukwazi kancono ngoBonko Khoza, bukela lesiqephu kuningi ozokufunda. #BonkoKhoza #Mqhele #TheWife #UkhoziFMTV #UkhoziFM

EPISODE 437| Abdul on Martial Arts, Class Act, SK Khoza, The Wife, Music, Military, Isibaya

BONKO & LESEGO KHOZA ON: Faith | Evolution & Being in alignment

Ukhozi FM TV: Sikhuluma noAyanda Ntanzi ongumculi aphinde abengummeli

Idaa jaa | suugaanta soomaalida | dhageysi wacan

OUTSIDE SHOW-Simphiwe Shembe Comedy Picnic|NganeNgane|Tsoro|Justice Kubheka|Ayanda Ntanzi|Duncan

Mqhele's Best Moments |#The Wife Showmax | Showmax Original

😢Abdul khoza sadly leaves acting|😢Left broken and having to heal...

Ngincelwa inyoka isitho sangasese kuze kuphume isidoda, umfazi walala nenyanga yangifaka ilumbo

THE VLOG QUEEN|| WEDDING FINALLY| PART 4|| UMEMBESO KA BONKO NO LESEGO|| 2 DAY WEDDING| TRADITIONAL

RESTORING THE ORDER 2026 - DAY-2 #dunsinoyekan #worship #intimacy

Barry White | Deep Soul Classics (1973–1981) • Where Love Found Its Perfect Sound

S3 EP 3|MOMMY DIARIES BY PASI |BONKO & LESEGO KHOZA| MARRIAGE| PARENTING I LOVE

Uma ungumthandi wemidlalo kamabonakude uyamazi uNkanyiso Mchunu ngamava akhe kwezika qedisizungu.

Bonko Khoza on character development | Masterclass | Showmax X @ACTORSPACES

#UbusukuObuhle Ezaselawini no Dkt Nomcebo Mthembu 🔞

Bonko Khoza opens up about his acting roles & family life

TrendingSA 13 June 2018 #TSAon3 2

One Family's Survival in the Endless Hottest Desert in the World. Documentary

My Father’s Help Came With a Dark Demand

