SABC Lehae | Lehae Duma

Uhulumeni waKwazulu-Natal ebambisene namasipala weTheku kanye nohulumeni kakuzwelonke ekuqaleni kwalelisonto banikezele ngezindlu eziyikhulu neshumi nantathu emindenini eyakhahlamezwa izikhukhula zango Mbasa wango 202.Sixoxisane nowengamele umnyango wezokuhlaliswa kwabantu KwaZulu-Natal uSiboniso Duma nothe wasichazela kabanzi. Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.