NGIKHULEKA KUWE NKULUNKULU
NGIKHULEKA KUWE NKULUNKULU instrumentals by KWANDA S MAJOLA. LYRICS: Ngikhuleka kuwe Nkulunkulu Wen’ ofihlekile elathini. Ngizithoba ngenhliziyo yonke Phambi kwakho, Nkosi yobukhosi Noma ucashel’ amehlo ami, Inhliziyo iyakuzwa nokho, Ngikholiwe izwi lakho Jesu, Nkulunkulu Mninimandla onke. UbuNkulunkulu bakho bodwa Babufihlekile onqamlezweni, Kepha elathini lucashile Lonk’ uqobo lwakho Jesu Nkosi. Nokho ngiyakholwa kuwe Jesu, Ngikhuleka njengesela lelo, Elanqanyulezwa kanye nawe, Ngithi ngihuwukele Jesu wami. Amanxeba akh’ angiwaboni NjengoTomas owakholwa ngawo, Kodwa nokho ngiyavum’ ukuthi UnguNkulunkul’ iNkosi yami. Ake uqinis’ ukholo lwami, Uqinise nokuthemba kwami, Uvuthel’ enhliziyweni yami Elangabi lokuthanda wena. E! Sikhumbuziso esingcwele Sokuzinikela kukaJesu Ehlawul’ ezono zethu zonke, Esifela esiphambanweni. Sinkwa semiphefumulo yethu, Esiphila sephilisa futhi: Ngiphilise ngokuphila kwakho, Ngize ngiphilele wena wedwa. Jes’ owoph’ igazi lonke ngami, Ake ungihlanz’ izono zami, Ngalo lelogazi lakh’ elihle, Elaphum’ enhliziyweni yakho.

Inhliziyo KaJesu

GAUDEAMUS IGITUR

SHAKE THAT SNAKE INTO THE FIRE! | STOP MAKING THE DEVIL BIGGER THAN WHAT HE IS | SATAN IS DEFEATED!

MVANA KANKULUNKULU

Yisabatha namhla Nkosi || BMMG PCM

Unbelievable Smart Worker & Hilarious Fails | Construction Compilation #5 #adamrose #smartworkers

Catholic Zulu Hymn - Ngikhuleka kuwe Nkulunkulu

Roudiens | Ilze Posthumus

Belshi: Parajsa e Fshehur Shqiptare vetëm 1 orë nga Tirana!

Beautiful Relaxing Music - Stop Overthinking, Stress Relief Music, Sleep Music, Calming Music #177

The Day You Stop Romanticizing People — Carl Jung

Ngipholise cover by ANELISWA

Kwake kwathi uMaria instrumentals by KWANDA S MAJOLA.

Ngikhuleka Kuwe Nkulunkulu

Unbelievable Smart Worker & Hilarious Fails | Construction Compilation #8 #adamrose #smartworkers

O, NKOSI, MSINDISI WAMI

Jesu Jesu ea monate - Sweet Jesus

How to survive with only 2 hours of daylight in the extreme cold of the tundra in Russia's Far North

Anna Omuhle Othandekayo

