Gogo DabulaMazwe - iThwasa lika Dr Mkhulu

U Gogo DabulaMazwe waPhekwa uDr Mkhulu UBaba ka Mashilam. Ku LoMfaniswano uDr Mkhulu uzonikeza uGogo isigubhu sakhe okungesinye isigaba sokuphothula kuka Gogo njengeThwasa lika Dr Mkhulu. Ngamandla awanikezwe uMashilam uGogo DabulaMazwe uYatholaka kulezinombolo eizikuMfaniswano, Utholakala KwaZulu-Natal endaweni yaseJozini esgodini saseMganwini.