DISCIPLINE 3 |Ukweshela emfuleni | Itshitshi | Ukusoma | Our Culture | Intombi | Insizwa | Iqhikiza

Intombi uma isiqomile ibihlala phansi ne qhikia limfundisa ukuthi kusonywa kanjani intombazane kumele iqinise umzimba ingawudedeli ngoba kungase kubekhona okunyenyayo noma okushibilikayo ngesikhathi belele nowesilisa. Insizwa beyifundiswa ukuthi akuvumelekile ukungena esibayeni sendoda, yayitshelwa ukuthi kufanele izikhululele eceleni hhayi emathangeni entombi ngoba kwakusatshelwa ukuthi isidoda sizoshibilika ngoba sizwa ukushisa singene ngaphakathi entombini okungaholela ekutheni ikhulelwe intombi.