Umehluko phakathi kwisiko nesintu nokwelashwa

Thokoza Inhloso yokucaciseleka kwakho uma kade uvakashele uMelaphi wendabuko kubalulekile kakhulu. Esikhathini esiningi siyashesha ukuyohlola noma yini esihluphayo esikhundleni sokuthi sike sithathe isikhathi sizibuze ukuthi kungabe leli isiko nesintu noma kudingeka ukwelashwa. Kunomehluko phakathi kokubili. Abelaphi abaningi bathatha lokhu okuyisiko nesintu bakufake bakudidiyele ndawonke nokwelapha ekubeni akungeni ndawonye. Clarity on the purpose behind your visit to uMelaphi wendabuko. Is essential. Far too often we are quick to ukuyohlola anything and everything instead of taking the time to ask ourselves is this isiko nesintu or ukukwelapha. There is a difference between the. Many healers are pulling that which is isiko nesintu into their realm when it infact does not belong there. Let’s hear what Dr. Mkhize has to say on this matter