Do Now Technique (Zulu Version)

Siyakwamukela futhi kwa Teach like a Champion Techniques series ukusiza othisha (noma abazali) ukubuyisa injabulo ekufundeni. Indlela ebalulekile yokufundisa ukulungiselela abafundi ukuze baphumelele ukuba nesiqalo esinamandla sesifundo. Sesike sawasebenzisa amasu (strategies) okusiza abafundi bezilungiselela ukufunda ngokwemizwa besebenzisa i Threshold futhi bezilungiselela ngokomzimba besebenzisa i Entry ne Exit routine. Manje sesidinga sibalungiselele ngokomqondo ukuze bakwazi ukuzicabangela ngokwabo futhi bazibandakanye ngokuphelele nesifundo. I technique esisebenzisayo ukuzuza lokhu ibizwa ngokuthi i "DO NOW” Technique.